Namukelekile!
Lena imfundiso yeSoil for Life engokulima izitshalo egcekeni lakho. Lemfundiso enconyiwe isineminyaka igudla emphakathini yase Kapa, futhi yenza nenqwaba yamagceke ukuthi abe yizingadi ezikhiqiza ukudla okuningi.
Kule mfundiso awuzufunda kuphela ngokulima, uzophine ufunde nokuthi ukhandwa kanjani umhlabathi onempilo okunikeza umlibe wezitshalo unyaka wonke.Kunezigaba eziwu 12, futhi ngasinye sizokufundisa ngokuthi kwenziwa njani maqondana naleyo ndlenye yengadi oyenzayo.